Usuku Lwamagugu
Iholide lomphakathi laseNingizimu Afrika eligujwa mhla zingama-24 kuMandulo, lapho kususke kuqhakambiswa khona amasaiko aseNingizimu Afrika azo zonke izinhlanga. / From Wikipedia, the free encyclopedia
Usuku Lwamasiko yiholide lomphakathi wase Ningizimu Afrika eligujwa minyaka yonke ngomhlaka 24 kuMandulo minyaka yonke. Ngalolu suku bonke abantu base Ningizimu Afrika bagubha amasiko abo wonkana. Lolu suku lubalulekile ngoba yilapho bonke abantu baseNingizimu Afrika betshengisa ukuzigqaja kanye nokuziqhenya ngamasiko abo anhlobonhlobo.